17/09/2026
Ngiyabingelela MHLOBOWAMI ntambama ,nginesifiso sokuthi kesibheke kanyenawe impilo yethu neZwile leNkosi.
Kuvamisile ukuba umuntu nomuntu
Kubekhona izinto eziwuhlupho kuye futhi angekho ongamthwalela noma amthwalise. Kungaba ukugula enyameni,ukuthwalakanzima emoyeni, nezinto eziningi ,uyazaziwena.
Kephake iZwi leNkosi kukhona elikushoyo, uthi uJesu WOZANIKIMI NINA NONKE ENISINDWAYO NESENIKHATHELE UKUTHWALA, MINA NGIZONIPHUMUZA KULEYOMITHWALO. MATHEW 11:28.
Wemhlobowami ake uyinake lendaba kaJesu uyasiza, uyanakekela, uyasindisa qaphela kulomthwalo owuthwele ngisho LOWO owaziwanguwe ekekho umhlobo onendaba nawe kodwa uJesu onendabangisho nokuhluphekakwakho,
Ngiyakuthandazela ungafi ubulawe umthwalo kukhona onozwelo
UMA UFUNA UKUBUZA NGAYOLENDABA KULULA
082 406 5205 /0683122966
INKOSI IKWELEKELELE