KwaMakhutha Newsroom

KwaMakhutha Newsroom We share news

13/06/2026

IMIHLOLA😱- Kufunwa owesilisa odlwengule indodakazi yakhe eneminyaka eyi-15 e Kagiso. Amaphoyisa ase Kagiso afuna owesilisa osesithombeni othe uma ebuka indodakazi yakhe wabona umfazi wase eyidlwengula. Kunxenxwe abantu ukuba basabalalise isithombe sakhe ukuze azobanjwa kalula.

12/06/2026

In life

12/06/2026

EZINGENAYO😭- "Sibone sekudutshulwa umuntu phambi kwethu" kusho ababone kudutshulwa umshayeli wetekisi izolo e Ivory Park. Abantu bathi babone umuntu obezihlalele emotweni wavula ifastela lemoto wase edubula omunye wosomatekisi washona.

11/06/2026

Sekuvinjwe abawu 9 base Bangladesh e OR Tambo International Airport bethi bangena la eSouth Africa bephethe amaphepha omgunyathi nama passport ase India.

Abesifazane abathathu baveze ama passport aseBangladesh, mase kuthi amadoda ayisithupha aveza ama passport ase India kodwa athe uma esephekwa ngemibuzo aveza awase Bangladesh.

Aw YEHHENI!!!!

06/06/2026

AMAPHOYISA aseGauteng aseqale uphenyo lwangaphakathi mayelana nesigameko esivela kwiVideo esabalele ezinkundleni zokuxhumana, lapho owesilisa omhlophe esola

Address

Kwamakhutha

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when KwaMakhutha Newsroom posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share