EZASE Midlands

EZASE Midlands Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from EZASE Midlands, Marketing Agency, Pietermaritzburg.

10/04/2026

apparently lama res okubikwe izinkinga ngawo nge weekend yephas**e bezikwe zabikwa phambili kwi Portfolio committee yakwa DHET nokwathi makubuzwa I SRC yabe isiwaphika iyithi ayakazi ngezinkinga zawo. Okuxakayo ukuthi ngoba sebeyazi ngawo kanti kungani beqhubekile bavumela abafundi ukuthi behlale kuwo nazozonke lezizinkinga?

le Res ise 152 king Edward esekunesikhathi iscabha safa, izimvula zayizolo zingena zamatisa imibhede nezingubo. uLandlor...
06/04/2026

le Res ise 152 king Edward esekunesikhathi iscabha safa, izimvula zayizolo zingena zamatisa imibhede nezingubo. uLandlord ubikeliwe kodwa ubengakafiki nemibhede emisha nokwenze balala emibhedeni emanzi izolo

Maditsane Nkonoane siyacela ungenelele Lana kuse PMB

06/04/2026

Lana kuse 49 Maud, mawufakwe kule Res I swimming costume is compulsory ngoba kuba yimpilo yakho Lena yonyaka wonke. Durban University of Technology anosinika phela nemali yezikebhe uma nisifaka kulemikhukhu yenu

05/04/2026

lanake kuse 95 Alan Paton, wonke umfundi ohlala khona kumele ukuthi abe ne umbrella yakhe ngoba uma lina izulu usuke ufana nomuntu ohlezi phandle umata nokumata Lana sikhuluma nge res ka R43567 ekhokhwa umfundi ngonyaka

05/04/2026

Lena yi 244 ires yase DUT uNSFAS oyikhokhela R38000 umfundi ngamunye ngonyaka, kule res uma ike Yana imvula umfundi uphenduka u goalkeeper ukuvimba amanzi angangeni egumbini lakheđź’”

Maditsane Nkonoane

03/04/2026

Kuthiwe ababambe umoya kancane abafundi base DUT emva kokuba izolo ingangenanga imali ka NSFAS ebebeyilindele, u SRC FINANCE officer uTalent Mteshana uthe abalinde wona umhlaka 7 April nokuyilapho iskhungo silindele imali evela ku NSFAS, kulindeleke ukuthi nabangakaze bayithole eyeziNcwadi (book allowance) bayithole emvakwazo izi 7. Khumbula ukuthi iskhungo s**e sabhekana nemibhikisho enodlame abafundi bekhala ngokungaholi nokuholele ekutheni kube khona ababoshwayo.

Address

Pietermaritzburg

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when EZASE Midlands posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share