Hlase construction

Hlase construction Renovation, yard cleaning, fencing, plasting, Tiles & garden
0764409068๐Ÿ˜‰

01/03/2025

UMLANDO WESIBONGO SAKWA SIBISI

abakwaSibisi bangamaNtungwa Nguni ngokwezigaba zamaNguni.

IZIBONGO EZIHLOBENE NABO

Ncube
Mlotshwa
Nkambule
Shezi
Biyase

IZINDAWO LAPHO BEZINZE
KHONA

Enkandla kwaChwezi
EMtshezi
Emangwaneni
Efilidi
Nondweni eNquthu
Nhlazatshe
KwaNgenetsheni ( kwaMfemfe)
Utrecht
Babanango
Dumbe
Nobamba
Nakwezinye izindawo

IZIGAMEKO EZEHLELA ABANTU BAKWA SIBISI

1. Indlu kaMxhamana yahlaselwa amabutho ngoba besola uMxhamana ngokuthakatha. Wabahlomisa abafazi bakhe nezingane balala emnyango baviva khona. Safika isgejana samabutho size kubona basbhuqa ngemkhonto basqeda. Ngaleyonkathi babesengabakwaMahlase.
2. Umxhamana wezwa kuthiwa iLembe likhotheme wavele waqonda khona wayokhala ukuthi izinja ziyibulele inkosi yami. Wavele wakhala umxhamana wagula walihaya iLembe ebe ekhala walithaphuza waze wawa wakhihliza amagwebu washona. Wabe esendlalela iLembe wangcwatshwa nalo.

UKUQAMBEKA KWESBONGO SAKWA SIBISI

Isbongo sakwaSibisi savela ngenxa yesenzo sabantu bakwaMahlase ababulala izitha base bezigcobe ngodayi obomvu emlonyeni. Wathi uma efika ngaksasa uShaka inkosi wathola ukuthi abakwaSibisi bayaphila kodwa imlomo yabo ibomvu. Wase ethi kubo nizimpisi impela nibonakala ngemlomo ebomvu. Emva kwalokho baba izimpisi zakwaMahlase. Kwagcina sekuthiwa abaseziMpisini kushiwo umuzi wakubo. Kwagcina sekushintsha kwaba uSibisi usuyisbongo bathakazela ngoMahlase.

IZITHAKAZELO ZAKWA SIBISI ZIHLUKENE KABILI NGOBA NOBUKHOSI BUHLUKENE

Sibisi
Mahlase
Bhovungane
Wena awezitha ezinhlanu
Othandayo usika esakhe
Umlomobovu nezingane zakhe
Nomashingila kaMbango

Izingubo zokwembatha uShaka kaZulu ezidla uSelwa..Onkomo inezitho ezinhlanu
othandayo uhlephula kwesakhe kodwa kungapheli!
Wena osilevu side singange mpongo yembuzi!
Izibisi zomshayi wodaka kwavela amanzi kwavela uPhongolo kwavela
Sibisi

AMAQHAWE AKWASIBISI

27/02/2025

Anyone who need a renovation,yard cleaner or a painter I'm available
Hit my inbox for more info

Hlase Construction โ™ฃ๏ธStill on Simile ngalezinto  zempilo  Kasi hustler  The way you want  On Facebook personal account  ...
22/02/2025

Hlase Construction โ™ฃ๏ธ
Still on

Simile ngalezinto zempilo
Kasi hustler
The way you want

On Facebook personal account is Yoo Angazii

09/05/2024
๐ŸŽญActing ๐ŸŽฌ๐Ÿ“น
09/05/2024

๐ŸŽญActing ๐ŸŽฌ๐Ÿ“น

Span ke span ๐Ÿ™Hlase syaphanda syafunda Sixosha ikati eziko
09/11/2023

Span ke span ๐Ÿ™
Hlase syaphanda syafunda
Sixosha ikati eziko

TilesSpan ke span ๐Ÿ™๐Ÿ˜Š
12/09/2023

Tiles
Span ke span ๐Ÿ™๐Ÿ˜Š

Address

Chrissiesmeer

Telephone

+27649773249

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Hlase construction posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Hlase construction:

Share