12/09/2026
okulandelayo abasuthu nezidakamizwa... kwbhathani lapho Mooi River abasuthu bayabusa ngokudayisa idakamizwa South African Police Service ifika ngamasaka kwabhathani
OWOKUFIKA UTHI ABASHISE ISITOLO SAKHE BAZOBONAKALA NGOMBALA BAZOCOSHA AMAPHEPHA MADUZE BEKHULUME BODWA
Kubikwa ukuthi kushe isitolo esaziwa ngePimville Tuckshop, ngaseNgulubeni, eMadadeni Section 7, kuthangi ngezithuba zabo-15h30 ntambama.
Kuthiwa izicishamlilo zifike ngokushesha zakwazi ukucisha umlilo.
Okwamanje akukacaci ukuthi uqale kanjani umlilo, kanti imbangela isazophenywa kodwa kusolwa abantu abathize nokuthiwa maduze bazobonakala ngombala behambe besineka ubala bebona nezinto ezingabonwa abanye.