Manukekana Zulu

Manukekana Zulu Graphic Design


For booking -0712462185

24/07/2023

Penny Ntuli

Bonke makusa babheke wena ukuthi uthini😂

23/07/2023

AMAJITHA awanqeni masekubona ukuthi ubuyelwa umqondo🤟"Cha uyayidla Amande Mali kabafo😂.BAYEKENI BADLANE BODWA...

23/07/2023

Le yokuzenza isidididi UYASEBENZA ukunale yokuzenza isihlakaniphi✊

23/07/2023

Inkinga zithwale ngenhliziyo,wazithwala ngekhanda bazokuhleka🤞.

23/07/2023

Happy Sunday ❤️❤️❤️🔥👌

Mina nje ngilinde icall 📱angenzela la....

Bookings -0712462185

22/07/2023

"thina sibona la kufacebook wakho ukuthi mangathiwa unomuzi unganjani"😂

Emculweni kaMaskandi  "kuthiwa cula ngoba ubaba wakho ubecula or uyacula🎤🎶".  dololo 🤣Lo wangakithi ilokhu ethi woza ndo...
21/07/2023

Emculweni kaMaskandi "kuthiwa cula ngoba ubaba wakho ubecula or uyacula🎤🎶". dololo 🤣

Lo wangakithi ilokhu ethi woza ndodane 🤣indodana ifuna ugida Yona..

Zingane zamakhosi amaskandi🤣Yiyo leyondaba .ungaphika ukuthi ngizalwa yi Dlamanzi. Nalaba abalwa ngoshuni kamolo yingoba bebona kuyabheda👎.

Mawenza okuyisiphiwo somzali esakho siphi? umuntu nomuntu wafika efubhethe emhlabeni🤛

21/07/2023

Ngizwe ngandlebenye🦻ukuthi khona ozogudwa isihluthu kulempucuzeko. ...Cha inkulu Yona🙄.

Bayamnyanya abantu_umuntu_ocindezela _abantu
Bookings -0712462185

Ngizwe ngandlebenye🦻ukuthi khona ozogudwa isihluthu kulempucuzeko. ...Cha inkulu Yona🙄.
21/07/2023

Ngizwe ngandlebenye🦻ukuthi khona ozogudwa isihluthu kulempucuzeko. ...Cha inkulu Yona🙄.

21/07/2023

Nakulonyaka I MTN 8 eyethu singamaBuccaneer ✊

Address

Ntshamanzi Rol
Nkandla

Telephone

+27712462185

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Manukekana Zulu posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share