Zululand Studio ZSTV

Zululand Studio ZSTV Zululand Studio Is Social Media Television Channel Which Brings You News & Entertainment.
(1)

IZIMBABWE YENZA USUKU LUKAMNANGAGWA L**E YIHOLOLI LESIZWE,ABANYE BATHI NORAMAPHOSA LIMUFANELE IHOLIDI NGOSUKU LWAKHEUmhl...
11/09/2026

IZIMBABWE YENZA USUKU LUKAMNANGAGWA L**E YIHOLOLI LESIZWE,ABANYE BATHI NORAMAPHOSA LIMUFANELE IHOLIDI NGOSUKU LWAKHE

Umhla ziyi-15 kuMandulo usuzoba yiholidi lesizwe eZimbabwe, elibizwa nge Munhumutapa Day. Lolu suku luqondana nosuku lokuzalwa lukaMengameli u-Emmerson Mnangagwa.

Uhulumeni uthi lolu suku luhloselwe ukugubha umlando, amasiko kanye namagugu ezwe. Kodwa abagxeki bathi ukuqondana kwalo nosuku lokuzalwa lukaMnangagwa kunikeza uMengameli udumo olukhulu.

Kanti abanye abantu baseNingizimu Afrika bathi nohulumeni waseNingizimu Afrika kumele ucabange ukwenza usuku lokuzalwa lukaMengameli uCyril Ramaphosa l**e yiholidi lesizwe.

Owabulala intombi yakhe qede waboshwa wabe esecela ibheyili waphuma wayobulala udadewabo wentombi futhi wase eyaboshwa w...
11/09/2026

Owabulala intombi yakhe qede waboshwa wabe esecela ibheyili waphuma wayobulala udadewabo wentombi futhi wase eyaboshwa walahlwa icala bekumeleagwetshwe kodwa ukhala ngokuthi akekho muhle emoyeni une Stress ushonelwe uMama wakhe manje abameli bacela ukuthi kuhlehliswe ukugwetshwa kwakhe aze aphole ngoba uhlukumezekile usengahle asakazeke phansi ,Inkantolo enkulu yase Northern Cape ithe akabuye mhlaka 24 November ezothatha okungokwakhe.

Best Radio 90.9 FM Monday To Friday Team Fundiswa Zulu, Mphostoli Khanyisani Gwala & Blackie Nombuh MabasoThe Morning Af...
11/09/2026

Best Radio 90.9 FM Monday To Friday Team

Fundiswa Zulu, Mphostoli Khanyisani Gwala & Blackie Nombuh Mabaso

The Morning African Palace Drive Show, The Midday Ignition Show & Sisonke Afternoon Drive Show

The New Kings Of The Airwaves

11/09/2026

Ay Bandla 🤣🤣🤣

Zakhala😫😂

By Mbongenih

11/09/2026

Motivation Of The Day

IKomidi Elikhethekile lePhalamende Ad Hoc COMMITTEE belilindeleke ukuthi liqede umsebenzi walo bese lethula umbiko walo ...
11/09/2026

IKomidi Elikhethekile lePhalamende Ad Hoc COMMITTEE belilindeleke ukuthi liqede umsebenzi walo bese lethula umbiko walo ngo 11 Septhemba 2026, Today.

Nokho, leli komidi selicele isikhathi esengeziwe ukuze likwazi ukuqedela umsebenzi walo ngaphambi kokuba lethule umbiko walo ePhalamende.

Akukacaci ukuthi lizokwengezwa isikhathi esingakanani, njengoba kusalindwe isinqumo mayelana nesicelo salo.

USIZI NEZINYEMBEZI KUDUTSHULWA KUBULAWA OWOKUFIKA OBEZAMA UKUCIMA ISITOLO SAKHE ESOKHELWE NGOMLILOU-Jamal Bapari, ongowo...
11/09/2026

USIZI NEZINYEMBEZI KUDUTSHULWA KUBULAWA OWOKUFIKA OBEZAMA UKUCIMA ISITOLO SAKHE ESOKHELWE NGOMLILO

U-Jamal Bapari, ongowokudabuka eBangladesh, udutshulwe wabulawa ngesikhathi kuhlaselwa isitolo eLady Frere, e-Eastern Cape. Ngokwemibiko, abasolwa basike uphahla lwensimbi lwalesi sitolo, bangena ngaphakathi base besishisa.

Kubikwa ukuthi uBapari udutshulwe esifubeni ngesikhathi ezama ukucima umlilo. Amalungu omphakathi waseBangladesh amuphuthumise esibhedlela, kodwa kuthiwa ufike eseshonile.

Amaphoyisa kulindeleke ukuthi aqhubeke nophenyo ngalesi sigameko.

Umama owalahlekelwa yindodana yakhe eneminyaka eyisikhombisa engozini eyayinyantisa igazi ngesikhathi itekisi kaMalume e...
11/09/2026

Umama owalahlekelwa yindodana yakhe eneminyaka eyisikhombisa engozini eyayinyantisa igazi ngesikhathi itekisi kaMalume eyayithwele izingane iba sengozini ishayisana neLolu uthi namanje kusanzima ukwamukela okwehlela ingane yakhe engasekho. u-Ayanda Dludla owayeshayela itekisi unikezwe ibheyili ka-R3,000

Ingozi yenzeke ngomhlaka-19 Januwari 2026 lapho itekisi kaMalume itholana phezulu neLoli elalihamba emzileni walo itekisi yathi iya Overtaker savele sabondwa emgwaqeni uR553 Golden Highway. Abafundi abayi-14 bafa. UDludla ubhekene namacala angu-14 okubulala, amacala amathathu okuzama ukubulala kanye namacala amaningana ahlobene nomgwaqo.

Umama ososizini uthi isinqumo sebheyili sibuhlungu kakhulu ngoba uDludla uhlala emphakathini ofanayo nabo okusho ukuthi kungase kudingeke ukuthi ambone njalo ngenkathi eqhubeka nokulilela indodana yakhe. UDludla kumele abike emaphoyiseni njalo ngoLwesihlanu, akakwazi ukushayela noma iyiphi imoto ngenkathi icala lisaqhubeka futhi angaphazamisi ofakazi. Icala lakhe kulindeleke ukuthi liqale ngoNovemba.

Best Radio 90.9 FM Sisonke Afternoon Drive Show Host Mphostoli Khanyisani Gwala📸 Vuchefphotographer aka Themba Nene & Ay...
10/09/2026

Best Radio 90.9 FM

Sisonke Afternoon Drive Show Host Mphostoli Khanyisani Gwala

📸 Vuchefphotographer aka Themba Nene & Ayafezeka Media

10/09/2026

True ✌🏽✌🏽✌🏽✌🏽✌🏽

Address

178/179 Princess Magogo Street
Ulundi
3838

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Zululand Studio ZSTV posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Zululand Studio ZSTV:

Shortcuts

Share