Inyanga yodumo buyisa izinto eyilahlekile syalapha

Inyanga yodumo buyisa izinto eyilahlekile syalapha 👏Makhos Khumalo 0695933545

👏Makhos Jaca 0634382832

👏Khumalo KZN❤️
👏Jaca KZN💞 to help people

21/08/2024

Chwane Lebhaca Mkhulu Jaca Niyaphila Kodw laykhaya Mkhulu Jaca useyaTholakala kwabadinga ukubuyiselwa izinto ezilahlekile 👏🙏 ningamu follow kuleli page lakhe ngibonge 👏

23/04/2024

Thanks for being a top engager and making it on to my weekly engagement list! Ntombifikile Nyingwa, Siyabonga Biyela, Mars N Gwentsha, Ctaz Mngomezulu, Nhlanhla Majobe, Taneleah Uhm Mlotshwa, Anele Xolani

17/04/2024

Sanibona Kulabo Abalahlekelwe Izinto Abadinga Zibuye Ngicela Bangithinte Abaningi SebeKhale Ngokuthi Makhosi Jaca Abamtholi. Ngicela Nivele Noma Ningi WhatsApp Kule Number 0695933545

16/04/2024

Isihloko:Kwenziwa Yini Imindeni Ingazwani

1.UMONA
-Into yokuqala le eyenza umndeni ungazwani umona.
Kukancane uthole abantu bezwana ikakhulukazi laba abegazi elilodwa,iningi labo liya Pretend(er).
Umuntu uze abe nenzondo angiphathi uma kuke kwaba khona ongathi ukhanyelwa izinto zakhe,uyazondwa,asongelwe futhi akhulunywe kabi.

2.UBANDLULULO
-Indlela okuphathwa ngayo umuntu osebenzayo nomuntu ongasebenzi ayifani,ave eteketiswa futhi enzelwa konke lomuntu osebenzayo,lona ongasebenzi uvele aphathiswe okwenja kodwa ebe elilunga lomndeni,ilapho ke okuqala khona kube nokungazwani ngoba lo ongasebenzi uvele azizwe ngathi yena akemukelekile emndenini.

3.IMPAKAMO
-Kunomuntu othi makusebenza yena emndenini bese efuna wonke umuntu ezwe ngaye,efune uku Control(er) wonke umuntu emndenini ngisho nabantu abadala kunaye,kuphinde kube nomuntu ekhaya othi mayetshelwa ukuthi akenze okuthile athi yena ngeke akwenze bakhona abobani bazokwenza usuke ephakeme lo futhi ezibona engcono kunawo wonke umuntu ekhaya,ilapho kuxatshanwa khona ke.

4.INDLELA OKUKHULUNYWA NGAYO
-Kunabantu abangakwazi ukukhuluma abavele bekhulume abanaki nokuthi lento abayikhulumayo injani,iyabheda noma iryt bavele bekhulume abanandaba nokuthi omunye umuntu uzophatheka kanjani,lento ingezinye zezinto ezenza imindeni ingazwani.

Abantu uma bengayeka ukuba noMona,Impakamo,Inzondo,Ubandlululo befunde nendlela yokukhuluma nabanye abantu kungaba khona ukuzwana emindenini.

16/04/2024

Thanks for being a top engager and making it on to my weekly engagement list! Ncedo Ncedo Chuku, Anele Xolani, Siyabonga Biyela, Mars N Gwentsha, Bonginkosi Dube

14/04/2024

Kulaba Abalahlekelwe Izinto Zabo Abadinga Zibuye Ngicela Ningithinte Le Number 0695933545. Baningi Abakhale Ngokuthi Makhosi Jaca Abamtholi

12/04/2024

Thokozani bogogo nabomkhulu

YiNI IDLOZI?
=Idlozi umoya womuntu wakini wegazi owahamba emhlabeni enamacala or izikweletu ezithile angazifezanga,like kwakumele abe yisangoma or inyanga or wawushiya phakathi umsebenzi engakawuphothuli.

*YINI ISIDALWA?
=Isidalwa umoya womuntu wakini owahamba ekhubazekile like wayenonyawo olulodwa,wayengezwa ezindlebeni,wayengaboni emehlweni,wayeyisishosha,wayeyisimungulu so just why uma kuphahlwa or kwenziwa iladi ukudla or izibani zikhanyiswa for long kusuke kwenzelwa zona izidalwa lezi coz zihamba kancane ziyatotoba kusuke kulindwe zona zize zifike.

*YINI ITHONGO?
=Ithongo umoya womuntu wakini osedlulile ezikweleyini nasemacaleni ayewenzile emhlabeni lapha usuke esekwi level yokugcina esese paradise ngamanye amazwi kuphela nje yena usebheke ikhaya uletha izinhlanhla avike okubi ekhaya alethe imiyalezo exwayisayo ekhaya uyithongo elihle nje ekhaya.

*YINI ISTHUNYWA?
=Isthunywa umoya womuntu wakini owahamba ekholwa ephila ngokuthandaza ezintabeni,ehlane emigedeni,emifuleni kanjalo kanjalo.👏

12/04/2024

Sanibona NisaPhila Kodwa Zithandwa?

06/12/2023

Umjolo unyisa thina bogobela abanikazi bedliso ubuyinike wen🥺😂💔

Ngikhona Njalo WeziThandwa Angisekho eGoli. NgyaTholakala Hammarsdale Mlaba Village. 0695933545 WhatsApp And Calls Kwaba...
30/10/2023

Ngikhona Njalo WeziThandwa Angisekho eGoli. NgyaTholakala Hammarsdale Mlaba Village. 0695933545 WhatsApp And Calls Kwabangi Dingayo Ngokuphuthuma.

24/10/2023

Akekho Ulamthuthu Ongafaka Lento Ayfakwa Olamthuthu🙌 Hope Nizwile 👏♥️

Address

Folweni And Hammarsdale
Umlazi

Opening Hours

Monday 09:00 - 17:00
Tuesday 09:00 - 17:00
Wednesday 09:00 - 17:00
Thursday 09:00 - 17:00
Friday 09:00 - 17:00

Telephone

+27631498233

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Inyanga yodumo buyisa izinto eyilahlekile syalapha posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share